umuntu omnikezwe ngabadala

Umuntu omphiwe idlozi in english we can say this person was given to you to marry by your ancestors. Is this true or myth? idlozi likupha kanjani umuntu ozothandana naye? Umbona kanjani umuntu ophiwe yidlozi?

When you are spiritual person, you date someone then your ancestors check if that person is right for you and his ancestors do exatly check. When both ancestors are happy we say lowomuntu umkhethelwe yidlozi.

Okunye okwenzekayo, Wena muntu onedlozi, uzizwa uthanda umuntu wesilisa, okungumuzwa wemvelo, uma sewuthandane naye idlozi lakho liyabheka ukuthi liyamthanda lomuntu noma cha. kanye nelakhe futhi liyakubheka ukuthi liyakuthanda noma cha. Lapho idlozi lakho limthanda lomuntu nawe omthandayo, lisuke likukhethelile ke lapho.

If your ancestors choosed a partner for you, is the breakup possible? Yes it is posible to break with someone omkhethelwe yidlozi, below we will look at how is that posible?

Umbona ngani umuntu omphiwe abadala?

Ngimkhethelwe yidlozi kodwa sesihlukene naye, kwenziwa yini lokho. Idlozi liyamvuma noma liyamnqaba umuntu wena osuke umkhethelile. Ngesinye isikhathi idlozi liyamvuma umuntu bese ekugcineni liyakuhlukanisa naye. ukuhlukaniswa yidlozi

Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

izincazelo zamaphupho

Iziwasho nemithi

izithakazelo

izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo